Igama Labantu Abahlala Kuleyondawo ngamafuphi (ILAK) yigama elisetshenziswa ngabantu abahlala endaweni ethize, leligama kungaba yigama abazibiza ngalo noma ababizwa ngalo. Leligama kungaba yigama labantu abahlala ezweni, elokishini, esifundazweni, ezwenikazi noma edolobheni elithize.