Sandton | |
---|---|
![]() |
|
Izixhumanisi: 26°6.42′S 28°3.1′E / 26.107°S 28.0517°E | |
Izwe | IRiphabliki waseNingizimu Afrika |
Isifunda | Gauteng |
Metropolitan Municipality | City of Johannesburg Metropolitan Municipality |
Ubukhulu | |
• Jikelele | 143.54 km2 (55.42 sq mi) |
Inani labantu (2011)[1] | |
• Jikelele | 222,415 |
• Iqulu | 1,500/km2 (4,000/sq mi) |
First languages (2011)[1] | |
• isiNgisi | 63.9% |
• isiBhunu | 7.4% |
• isiZulu | 6.3% |
• isiSuthu sasenyakatho | 3.2% |
• other | 19.2% |
Postal code | 2196 |
Isizindalwazi | http://www.sandtoncentral.co.za/ |
I-Sandton yisifunda sezentengiselwano esiyinxuluma esisenyakatho nesidlavela iGoli, eNingizimu Afrika.[2] Iyingxenye yomkhandlusidlidli omkhulu waseGoli. Igama elithi Sandton laqhamuka emva kokuhlanganiswa kwamabizo amabili wezindawo ezingamaphandle ezimbili i-Sandown kanye ne-Brynston. Ngonyaka we-1969, iSandton yamemezelwa njengomkhandlu ngokwayo, kodwa yalahlekelwa yilelo lungelo lokuba isidlidli esizimele emva kokuhlelwa kabusha kohulumeni bezindawo baseNingizimu Afrika ekupheleni kohulumeni wobandlululo.